Amaphathi benkundla yezokuxhumana edume uhlaba wonke ebizwa ngo Whatsapp bakhiphe isinqumo esithi angeke usasebenza uwhatsapp komakhalekhukhwini bakwablackberry abasebenzisa iBIS.
Banxenxe abantu ukuba uma seziqalile lezinguquko bethenge ama data ukuze bekwazi ukusebenzisa lenkundla yezokuxhumana neqeda iminyaka eyisikhombisa yabakhona emhlabeni.
Kulindele lezinguquko ziqale ekupheleni kwalonyaka u2016
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umholi we-ANC Women’s League esifundeni saseMzala Nxumalo, uNkosikhona Mdlalose, udlule emhlabeni engozini yemoto ebuya engqungqutheleni ya...
-
Emva kwegidigidi nelukuluku ebeliphethe amalungu nabalandeli beNhlangano ka ANC mayelana nokhetho lobuholi buka zwelonke ukuqagela kuphelile...
No comments:
Post a Comment