Kubikwa ukuthi isimo sishubile ku Democratic Alliance kwazise kulungiswa uhlu lwabazoqokelwa ezikhundleni zokuba ngoMeya nezinye izikhundla emikhandlwini yomasipala eyehlukene njengoba kuza ukhetho lohulumeni basekhaya.
UNkosikazi Patricia De Lille nokunguyena Mayor yaseCape Town kubikwa ukuthi ngathi bafuna ukumchitha kulesikhundla alokhu asiqhoqhoba emva kokufaka iqembu lakhe kuDA elalibizwa nge Independent Democracy, ngakolunye uhlangothi uDe Lille kubikwa ukuthi usasilobizela lesikhundla njengoba esafisa ukuphatha elinye ihlandla.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment