Bebetheleke ngobuningi babo abantu basoPhongolo emngcwabeni obusendaweni yakwaShoba kamakadebona kwezamabhizinisi uMnu Abel Mbokazi nobedume ngelika 'Khekhe' noma ngelika 'Vukamawulele'.
UMbokazi nobeyisakhamuzi esiqavile nebesiwusizo olukhulu endaweni udlule emhlabeni emavikini amabili edlule emva kokugula isikhashane.
Ikhuluma ne NPG newsblog enye yamadoda akhe engu Mabhuti Mbokazi ithe " Siyabonga kakhulu bakithi kubobonke abantu abasifihlise ubaba, indlela abebebaningi ngayo abantu ikhombise ngokusobala ukuthi ubengumuntu wabantu"
Okuqaphelekile kuzona zonke izikhulumi ukuthi bekungasali ubumnene nokuba namahlaya kwalensizwa
Ushiye emhlabeni amakhosikazi akhe amabili namadodana namadodakazi, abazukulu nabazukulwane
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Umculi wekwaito u Busiswa uzozwakala ku album ka Beyonce ethulwe namuhla nglwesihlanu esihloko esithi Lion KIng -The gift, lentokazi yodum...

No comments:
Post a Comment