Iqembu le Royal Eagles neliphethwe izimpunyela zakwa Mpisane eThekwini seliqome ukudedela lowo owayengukaputeni weBafana Bafana uMbulelo OJ Mabizela.
UMabizela nongunxiwa alumili mbuya ngenxa yokungaziphathi kahle kubikwa ukuthi nakuzo ezikaMpisane uxoshelwe khona ukungaziphathi ngendlela.
Kubikwa ukuthi nguyena obengubhongoza ethatha abadlali ebahambisa ezindaweni zobumnandi, kanti naye kubuye kwakhalwa ngakho ukweqiwa inkenzo nokugcina kumthikameza emsebenzini wakhe.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment