Aya ngokushabalala amathuba okuthi iqembu leKaizer Chiefs lihambe umgamu omude emqhudelwaneni we CAF Champions league emva kokuthola isibhaxu sika 1-0 emlenzeni wokuqala kuwembu lase Ivory Coast i Asec Mimosa.
Sekwaba injwayelo ukuthi amakhosi angahambi kakhulu kulomqhudelwano omkhulu kunayoyonke kuzwekazi lase Africa.
Sisekuyo lemidlalo ye Champions league iMamelodi Sundowns inqobe ngo 2-0 ishaya iqembu le AC Leopard nokuyiqembu lase Congo nokubeka abafana besitayela emathubeni angcono ekutheni bazodlulela phambili.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment