Kubukeka bengakezukuyiyeka ukuyicula ingomanethi 'usizi nalo lumi lodwa nezinhlupheko nazo zimi zodwa' abalandeli Kaizer Chiefs kwazise phinde yathola esinye isibhaxu sika 1-0 kuJomo Cosmos emdlalweni we ligi.
Impofana isiphenduke ukudla kwenduku kwazise besekuwumdlalo wesine ishaywa kwazise ishayee iPirates ngo 2-0 emdlalweni we Nedbank kwaba ngu 2-0 eyazititilizela wona ku Platnum Stars kuligi yabuya yathi iyobhodlela ku Asec Mimosa ku Caf Champions League kwaqhuma u 1-0 njengoba izolo isithola u1-0 kuJomo Cosmos nayo ebuya kweqhashisa izinkanyezi impama ka 5-0 eyithole ku Pirates ngempelasonto.
Abafana bokuthula noxolo bazolibangisa e Ivory Coast emlenzeni wesibili we Champions league nalapha kulindeleke khona ukuba bashaye amagoli amabili eqandeni ukuze bazodlulela kumzuliswano wamaqoqo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment