Nakuba kusazothatha iminyaka ukuthi abalandeli bebhola emhlabeni bekhohlwe ingqophamlando yegoli elishaywe u Hlonpho Kekana kudlalwa ne Cameroon kubukeka amathuba eBafana Bafana eya ngokucwila okuthi eyomela izwe ku Afcon ngonyaka obuyayo.
Abafana baka Shakes mashaba badlale ngokulingana ngo 2-2 ne Cameroon nakuba iNingizimu Africa ihambe phambili izikhawu zaze zabambili ngamagoli ka Tukelo Rantie nelika Hlonpho Kekana nokube inguzunga yeshodi ayidonse engakaweqi umugqa wesenta.
Kulindeleke ukuba abafana basekhaya banqobe noma kanjani ngolwesibili uma esephinda edibana emdlalweni olandelayo ngolwesibili lapha eNingizimu Africa
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment