Njengoba izakhamuzi zezwe bezilindele ukuzwa ukuthi isigungu samajaji sizophuma nasiphi isixazululo odabeni lokuthi umongameli wezwe uMnu Jacob Zuma akhokhe ingxenye yemali yabakhokhi bentela eyalungisa umuzi wakhe enkandla.
Amajaji anqumele umongameli ukuthi ayikhokhe lemali zingakapheli izinsuku ezingama 48, uphinde wagxekwa uMongameli ngokungawushayi ndiva umyalelo kamvikeli womphakathi uNkosazane Thuli Madonsela wokuthi akhokhe lemali. Loludaba sekudingidwe ngalo isikhathi eside noseludale okukhulu ukuphazamiseka ephalamende kwazise kuyaye kuthi makunezingxoxo iqembu le EFF lisho phezulu ngengila lithi "pay back the money" liqondise kumongameli wezwe
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment