Isikhondlakhondla sebhange lase Ningizimu Africa i First National Bank siqale uhlelo lokunciphisa amanye amagatsha alo ezweni ngenxa yokuthi landile inani labantu abasebenzisa imishini eyenza konke okudingwa ikhasimende ngaleso sikhathi kanjalo nokusebenzisa imakhalekhukhwini.
Kubikwa ukuthi alinganiselwa ku 25 amagatsha azovalwa nokungenzeka bebalelwe ku 600 abasebenzi abazolahlekelwa umsebenzi ngenxa yaloguquko.
Isikhulu salelibhange sithe isizathu salokhu uguquko oselukhona emabhange nobuchwepheshe besimanje.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment