Isiphalaphala esingu Ntombiyenkosi Kunene nesiteketiswa ngoNtando sichonywe uphaphe lwegwalgwala njengoba esibe nguzime wezwe kulonyaka ka 2016
Lentokazi ezalwa Emkhondo esifundazweni saseMpumalanga iziqwaqwade zonke emakhanda izintokazi ebibhekene nazo. Lonobuhle owenza ihonours kwezemfundo usezoyomela iningizimu Afrika kozime bomhlaba nokulindeleke ukuba asivikele lesicoco kwazise ngonyaka ophelile sathathwa intokazi yalapha emzansi.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment