Umdlalo owuchungechunge novela ku SABC 1 owaziwa ngokuthi igenerations the legacy bathi kungamampunge ukuthi inyoka ebonakala kulomdlalo nebizwa ngomamlambo kuthe kusathathwe ikhefu yabonakala izama ukusobozela ingane edlala kulomdlalo ebizwa ngo Amo.
Baphinde baphika balala ngomhlane nokuthi ingane u Amo isesibhedlela ngenxa yokuyolashelwa ukuhlaselwa ilenyoka, nalapha bathe akulona iqiniso njengoba bathe iziqephu ezaqoshwa nalenyoka zagcina ngoNovember ngonyaka ofile.
Lomdlalo osematheni kulezinsuku kwazise kubukwa imigilingwane eyenziwa ilenyoka nesiqubule omkhulu umsindo kubelaphi bendabuko ngoba bethi okuvezwa ngohlangothi lwezinyanga akulona iqiniso kepha kuyizenzo zabathakathi abathwalisa abantu
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment