Umqeqeshi we Bafana Bafana u Shakes Mashaba ulimemezele elizobhekana ne Cameroon emdlalweni wokuhlungela iWorld cup nozodlalwa imilenze emibili ekuhambeni naseKhaya.
IBafana Bafana kumele inqobe noma kanjani kwazise ayihleli kahle kuqoqo layo. uMashaba umangaze abaningi efaka onozinti ababili abakhuhla ibhentshi emaqembini abo okungu Khune no Mabokgwane.
Selilonke iqembu lime kanje
Goalkeepers: Itumeleng Khune, Jackson Mabokgwane and Darren Keet.
Defenders: Siyabonga Nhlapo, Asavela Mbekile, Anele Ngcongca, Thabo Matlaba, Cheslyn Jampies, Erick Mathoho, Sifiso Hlanti, Rivaldo Coetzee and Thulani Hlatshwayo.
Midfielders: Andile Jali, Kamohelo Mokotjo, Thulani Serero, Themba Zwane, William Twala, Jabulani Shongwe, Mpho Makola, Mandla Masango and Hlompho Kekana.
Strikers: Thamsanqa Gabuza, Prince Nxumalo, Tokelo Rantie and Dino Ndlovu.
|
Thursday, March 10, 2016
limenyezelwe elizobhekana ne Cameroon
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment