Isilomo somdlalo owuchungechunge i Generations the legacy u Rapulana Seiphumo nodlala indawo yenkinsela u Tau Mogale uzobonakala maduzane kulimdlalo.
UTau usenesikhathi anyamalala kulomflalo emva kokubandakanyeka engozini yemoto neyedlula nemiphefumulo yabantu abathathu nokuvela ukuthi yabangwa ukuthi kwakunabantu ababezama ukumduna imoto yakhe yohlobo lwe Mercedise benz.
Kulindeleke aqale ukubonakala ezinyangeni ezimbili ezizayo nakuba eseqalile ukuqopha eziqeshini zalomdlalo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment