Iqembu le EFF liphinde lenza elidume ngakho izolo okuwukuphazamisa uMongameli wesizwe uma ekhuluma.
Nayizolo kubekube yiso leso bephazamisa uMongameli wezwe ukuba akhulume kwazise bekuwusuku lapha ebezophendula khona imibuzo, lesi senzo se EFF neholwa ilowo owayengumholi wophiko lwentsha luka ANC uMnu Julius Malema siphoqe uSomlomo we Phalamende umama u Baleka Mbethe ukuba abize izigansonso ezingonogada bephalamende nezingene kwashuba isimo zakhipha ngodli amalungu ephalamende nathe azama ukugoloza kwaba khona abaqamela esibhakeleni.
Esengaphandle uMalem ubefunga egomela ethi uMongameli wezwe ubaba uJacob Zuma ngeke ekuthole ukuphumula besasekhona ePhalamende.
Kuthe sebephumile waqhubeka nenkulumo yakhe uMongameli nalapha eqhubekile nokuma emazwini akhe okuthi indlu wazilungisela yena ngemali yakhe umuzi wakhe naveze ukuthi waqala ukuwulungisa eseseyiphini likaMongameli ngo 2005.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umculi wekwaito u Busiswa uzozwakala ku album ka Beyonce ethulwe namuhla nglwesihlanu esihloko esithi Lion KIng -The gift, lentokazi yodum...
-
Kubobonke abathandi bebhola uma bexoxa alisali igama lika Sphelele 'mfanakagogo' Ntshangase obaba njengopelepele wezinyoni kulezin...
No comments:
Post a Comment