Izwe lase Cameroon liphinde lehlakalelwa umshophi wokulahlekelwa ngomunye umdlali webhola weqembu lesizwe u Patrick Ekeng(26) owe enkundleni edlalela iqembu lakhe lase Romania i Danamo Bucharech izolo ebusuku.
Lomdlali nobesanda kungena enkundleni ngesiwombe sesibili uvele wawa nokusolakale ukuthi umelwe inhliziyo nokuphethe ngokuthi aphuthunyiswe esibhedlela nalapha afike waphelela khona emva kwamahora amabili kuzanywa ukuhlenga impilo yakho.
Ama Indominable Lions okuyisiteketiso sezwe lase Cameroon aseshayeka isibili ngalesisehlo njengoba kwathi ngo 2003 idlala ne Colombia emdlalweni ye Confedaration cup kwenzeka okufanayo ngesikhathi lowo owayeyisikhonkwane somdlali wase swini uMac Vivian Foe wawa washona nokwagcina kutholakala ukuthi umelwe inhliziyo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment