Umculi kamaskandi odabuka esigodini sakwaGqikazi eMahlabathini uThokozane 'Somnandi' Langa usinde kukubi engozini yemoto emehlakalele izolo esifundazweni saseFree State.
USomnandi nobehamba ngemoto yakhe yohlobo lwe Toyota Fortuner kuthiwa udlulwe imoto ethe uma isingaphambi kwakhe yase inciphisa ijubane nokudale ukuthi eye eyoyingena ngemumva. Nakuba esekhishiwe esibhedlela ngenxa yokushayeka kabana ekhanda kodwa abehamba naye uMnu Khwezi Mngcwango kubikwa ukuthi kungenzeka ehlale esibhedlela njengoba elimele kabana ekhanda.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment