Umnyango wezempilo kuleli usumemezele ukuthi bonke abantu abazothola ukuthi banesandulela ngculazi bazoqala imishanguzo noma ngabe i CD4co yabo ime kanjani.
Lezizindaba ziqinisekiswe ungqongqoshe wezempilo kuleli uMnu Aron Motsoaledi nothe ngaloluhlelo bahlose ukuthi abantu basheshe bayithole imishanguzo bangaze baqale bagule. Njengoba bekwenzeka ekuqaleni lapha umuntu abewaqala amaphilisi uma amasotsha omzimba esehlile.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment