Kubikwa ukuthi basalokhu beqhubeka ngokubulala bodwa abamaqembu emidlwembe oPhongolo. Ngesonto kubikwa ukuthi bekugcwatshwa omunye welunga lamanye wamaqembu owagwazwa wabulawa. Kanti kuzothi ngalo isonto kuphinde kubulawe omunye welunga lalamaqembu.
Selokhu kwachuma lempi yamaqembu miningi imiphefumulo esiphumile yalabo abangamalunga alamaqembu ngoba ngonyaka ophelile bake baphuma uqhude qhude begwazana begecana bukhona.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment