Amaqembu ezepolitiki asephalamende akhuluma ngazwilinye ukuthi kuzomele iqembu le EFF likhokhe zonke izindlelo nomonakalo eliwenze ngesikhathi likhishwa ngesidlozana ephalamende likhishwa abaqaphi bephalamende.
Izithombe zikamabonakude zikhombisa amalungu eqembu le EFF etholene phezulu nabaqaphi abacelwa uSomlomo wephalamende ukuba bezokhipha i EFF eyayingalawuleki iphazamisa umongameli wezwe ethula inkulumo ngolwesibili.
Kusalindeleke ukuzwakala ukuthi zikhona yini izinyathelo ezizothathelwa amalungu e EFF abonakala eshaya ephinde ekhahlela kabuhlungu owesifazane ongumqaphi.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment