Kuyothi kusa kusasa abathandi bebhola eningizimu Africa bazobe sebazi ukuthi imaphi amaqembu azogijimisana kowamanqamu emqhudelwaneni wakwa Nedbank.
Kuzothi namuhla ngehora lesithathu ntambama i Orlando Pirates izotholana phezulu ne Free State Stars egloble Park Stadium kusifundazwe sase Free state, bese kuthi ebusuku khona namuhla i Baroka FC nedume ngokucoboahisa amaqembu amakhulu adlala ku PSL izobhekana ne Supersports United ePitoli.
Ozonqoba lomncintiswano uzoyomela iningizimu Africa emidlalweni ye CAF Confederations cup ngonyaka obuyayo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment