Uhulumeni wakwazulu natal noholwa ngundunankulu ubaba uSenzo Mchunu usukhiphe imali elinganiselwa ku R440 Million ukuxhasa isikhwama esibizwa ngokuthi iGlobal fund nesizosiza uhlelo olubizwa ngokuthi i Dreams olusiza amantombazane ukufezekisa amaphupho nokukwazi ukuzimela.
Ihhovisi lika Macingwane lisukuma nje angenisile amablesser nokuyigama elisentshenziswa ukuchaza izinkoqoba zamadoda amadala adizela izingane ezincane ngemali nangobukhazikhazi ukuze ezoya nazo ocansini.
Lomkhuba wamablesser kuthiwa yiwona obhebhethekisa igciwane lengculazi nesandulela salo ngoba kubikwa ukuthi lamadoda asulela lamantombazanyana okubikwa ukuthi iningi lawo lineminyaka engaphansi kuka 18.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment