Ompetha beligi yase Ningizimu Africa iMamelodi Sundowns ibuye seliyoshona yanqoba umdlalo wayo ngo 3-1 ishaya iqembu lase Ghana i Mediana FC izolo ebusuku ePitoli emdlalweni we Caf Confederations cup.
Kulomdlalo iqembu laseGhana lithuse abaningi ngesikhathi lihamba phambili kungakapheli nomzuzu umdlalo uqalile nokubikwa ukuthi kuthe ngesikhathi sokushintsha umqeqeshi weSundowns kuthiwa uvele wadumela ikhofi waziphuzela lona wangaqhamuka namaqhinga abazowasebenzisa ngesiwombe sesibili.
Ngesiwombe sesibili kutheul umdlalo usuyophela yabuya iSundowns namagoli amathathu angene onke sekusebele imizuzu eyishumi nokube ngamagoli ashaywe Castro, Billiant no Malajila. Izolibangisa eGhana ukuyodlala umlenze wesibili nokuyothi uma inqoba izobe isidlulela emidlalweni yamaqoqo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment