Inhlangano eyengamele ibhola kuleli iCAF imise izwe lase Uganda emidlalweni yokudlungela imidlalo yendebe yomhlaba yabafana abangaphansi kweminyaka ewu 20 ngenxa yokudlalisa indoda endala.
Lomdlali obambise i Uganda ngunozinti okuvela ukuthi uneminyaka yokuzalwa engafani ngoba kusitifiketi sokuzalwa ngowango 1997 kanti kupasipoti ungowango 1998 nokudale isididi ngoba kwawona lo 1997 ukhalisa ngoba lensizwa ibukeka ikhulile. Lomkhonyovu utholakale ngesikhathi i Uganda idlala umdlalo wokuhlunga nezwe lase Rwanda nogcine unqotshwa i Uganda ngo 3-2 sekuhlanganiswa imilenze yomibili nokugcine kuphoqa ukuthi kuhambe iRwanda emjikelezweni wesibili ezowudlala ne Egypt. i Uganda isiphuthwe ithuba lokuyodlala indebe yomhlaba ngonyaka obuyayo e Korea.
Izwe lase Uganda linabadlali abaningi abadlala kuleli njengoba kuno Bukenya no Denis Onyango ukubala abambalwa.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment