Umculo kaMasikandi ugqemeke engeqiwa ntwana ngesikhathi kudlula emhlabeni uMshayinkositini uLahlumlenze ogama lakhe langempela ngu Sipho Nxumalo.
UNxumalo nodabuka esigodini saseMatheni kwaNongoma utholakale eseshonile endlini yakhe ehostela lase Emazulwini eGoli. Kubikwa ukuthi ukhale ngomlenze emavikini amabili.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment