Inhlangano yamahwebi nebizwa nge National African Chamber of Commerce ithi izolwisana nomthetho ohlongozwayo yisigungu esigunyaza amalungelo okuphuzwa nokudayisa kotshwala i liquor bill.
Iliquour bill ifuna kuphasiswe umthetho othi kumele kuvunyelwe umuntu oneminyaka engu 21 ukuthi akwazi ukuthenga utshwala inyuke kwengu 18 ebekiwe ezweni.
Kanti inhlangano yabahwebi ithi uma kungaguqula lomthetho ungazwela kosomabhizinisi abasakhasa nongagxina ungabafakeli nzuzo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Umholi we-ANC Women’s League esifundeni saseMzala Nxumalo, uNkosikhona Mdlalose, udlule emhlabeni engozini yemoto ebuya engqungqutheleni ya...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
UMfundisi ME Vilane uqhubekile wayiqhakambisa indawo yaso Phongolo ngobuhle obenzeka kuyona, ngesikhathi edla umhlanganiso kumiklomelo yab...
No comments:
Post a Comment