Umphathi wesitebele esikhulu nesihlonishwayo ezweni u DJ Tira nogama lakhe langempela ngu Mthoko Khathi kubikwa ukuthi kube nokungaboni ngasolinye nelunga leBig Nuz uMampintsha nokuholele ekutheni bengayi emcimbini obusubakhokhele u R55000.
Ngokwrmibiko kubikwa ukuthi uMampintsha uxolisile kumhleli womcimbi wathembisa nokuyibuyisela lemali ebisikhishiwe. Sekubukeka kuyisejwayezi ukungaboni ngasolinye phakathi kuka Tira no Mampintsha njengoba nasekuqaleni kwalonyaka kwabikwa ukungaboni ngasolinye nokwabikwa ukuthi kudalwa ukuthi uTira ubaholela 'amakinati' abaculi abangaphansi kwesitebele sakhe esibizwa nge Afrotainment
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment