Friday, August 21, 2015

asithole ukudla koMphefumulo

Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi 
eZio Christian Fellowship Church International

kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abafowabo bakaJosefa ukuthi uyise ufile, bathi: Mhlawumbe uJosefa uzakusizonda, asiphindisele nokusiphindisela konke okubi esakwenza kuyena. Base bethumela kuJosefa, bethi: Uyihlo wayala engakafi, wathi: Niyakusho kuJosefa ukuthi: Ake uthethelele abafowenu isiphambeko sabo nesono sabo, ngokuba bakwenzela okubi; manje siyakucela ukuthi: Ake uthethelele isiphambeko sezinceku zikaNkulunkulu kayihlo. UJosefa wakhala, besakhuluma kuye. Base befika nabafowabo, bawa phansi ebusweni bakhe, bathi: Bheka, siyizinceku zakho. UJosefa wayesethi kubo: Ningesabi; kanti ngisesikhundleni sikaNkulunkulu na? Yebo, nina nangisongozela okubi, kepha uNkulunkulu wakuceba kwaba-kuhle ukuba akwenze kube-njenganamuhla, asindise abantu abaningi. Ngalokho ningesabi; mina ngiyakunondla, nina nezingane zenu. Wabaduduza, wakhuluma kuzo izinhliziyo zabo.” Amen

UJosefa wenzela abafowabo okuhle nakuba bamphatha kabi badayisa ngaye sebeke bazama ukumbulala.
Ake sithethelelane bangcwele

Amen!!!

3 comments:

Unknown said...

Zilokhu zitheleke njalo izihambeli ezivela ezindaweni zonke bezoduduza umndeni njengoba kulolu suku upheleka amalunga amabini omndeni. Uhlelo luyaqhubeka kanti nesikole saseDingukwazi siqeda ukududuza ngokuhlabelela.

Bonke abakhulumayo balokhu bekhale njalo ngothando,Ubuntu, isihe, uzwelo uMnu JJ Thwala abenakho.

Kuzothi uma sekuphele uhlelo, imizimba izobe isiyobekwa endlini yawo yokugqibela.

Akasekho emhlabeni uMampintsha

Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...