Kuthe ngolwesibili Kwaphazamiseke ukufunda esikoleni samabanga aphezulu iMpindiso Secondery School esendaweni yaseSivule ngesikhathi abafundi bevuka umbhejazana bekhalaza ngokuthi bafuna kufakwe amaqanda nenyama ohlelweni lwabo lokudla okunye abaphinde bakhala ngakho kube ukuthi bafuna namajezi ebhola elisha ceke.
Labafundi bashaye babulala amafasitela esikole akuboshwanga muntu ngalesigameko
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Umculi wekwaito u Busiswa uzozwakala ku album ka Beyonce ethulwe namuhla nglwesihlanu esihloko esithi Lion KIng -The gift, lentokazi yodum...
No comments:
Post a Comment