
kubikwa ukuthi nedokodo lokuthi aboshwe selikhishiwe kodwa lisagcinwe uphiko lokushushiswa komphakathi I NPA kuze kuphothulwe uphenyo olwenziwayo kwazise kunabathintekayo okuthiwa bakhishwa ngumaNtuli ngesikhathi kwenziwa uphenyo ngokusho kwe city press yangesonto.
nakuba ephike walala ngomhlane uMnu Luvuyo Mfaku uma ebuzwa yicity Press ukuthi ngabe bayalwazi yini udaba olufana nalolu. lumjiyela nje loludaba lukashevu umaNtuli vele akasekho nakwaZuma kwazise umndeni wakwaZuma wanquma ukumbuyisela kubo kwaNtuli kwathiwa akayolanda yenhlawulo ngenxa yokungaziphathi kahle. selokhu agana kwaZuma kuno
hide lwezinkinga noma izehlo ezibikwayo ngaye kuzokhumbuleka ukuthi nango 2010 kwasabalala izindaba zokuthi uzale ivezandlebe naligaxa kuMsholozi kodwa zibe izimpukane eziluhlaza zilikhomba kunogada kaMongameli uMnu Phinda Thomo nowagcina ezibulele.
No comments:
Post a Comment