isinqumo sokudedela ngoshwele umsubathi u Oscar Pistorius simisiwe umnyango wezokuhlumelelisa kwesimilo ophethwe uNgqongqoshe Michael Msutha.
Lomsubathi obekulindeleke adedelwe ngolwesihlanu emva kokudonsa izinyanga zlishumi kuphela esigwebeni seminyaka emihlanu ngecala lokubulala ngokungenanhloso intombi yakhe uReeva Steenkamp ngo2012.
Imbangela yokumiswa kwaloshwele uthe uMnu Masutha usedlulisele incwadi yesivimbelo efakwe inhlangano ye Progressive Women’s’ Movem ent of South Africa (PWMSA) nokwenze ukuthi ayidlulisele kuthimba elibhekene noshwele phecelezi Parole Board. Akukaziwa ukuthi uyokhululwa nini lomsubathi onenqwaba yezindondo azinqoba emiqhudalwaneni yabakhubazeki
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment