indoda elinganiselwa eminyakeni ewu 37 iqome ukuziphonsa phansi esitezi sesibili ephalamende elidala oLundi izolo emini.
Lendoda enguMnu Jabulani Ndlovu kuthiwa izise kwagoqanyawo emva kokuzwa ukuthi uNkosikazi wayo utholakele enqunywe uqhoqhoqho endaweni yase Danny Dalton khona eMahlabathini.
Ngokwemibiko kuthiwa uMnu Ndlovu waphelezela umkakhe wayombeka empambanweni yomgwaqo e19 okuyigama elethiwa lendawo ecezukela olundi kumgwaqo uR66 obheke eFilidi uqhamuka eMelmoth. nokuthe ngokuhamba kwesikhathi wasethola izindaba zokuthi umkakhe usebulewe. bekungakaboshwa muntu nalezigameko zombili.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment