inyunyana yothisha iSADTU ikhaba ngazozombili indaba yokuthi kufundiswe ulimu lwase China iMandarin ezikoleni zakuleli nokubikwa ukuthi kuzoqalwa nonyaka ozayo ku Grade 4 kuze kuyo gcina ku Grade 10.
Ngokombiko okhishwe iMail and Guardin kunencwadi ekhishwe umnyango wezemfundo eyisisekelo ophethwe u Angie Motsega, lencwadi isithunyelwe emnyangweni wezemfundo kuzifundazwe zonke ukuzazisa ukuthi ngonyaka ozayo luzofakwa lolulimi ezikoleni.
UNobhala jikelele we SADTU uMnu Mugwena Maluleka uthe lokhu okwenzekayo kufana ncimishi nokwakwenziwa uhulumeni wobandlululo, ukubafunza into abangayazi kuwukudayisa ngegazi labantu lokhu.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment