izigebengu zidlokodle inxeba elisabhibha emndenini wakwaKhomo okungumndeni kamculi ongasekho u R Mashesha ngokuthi zingene zeba izimpahla zalomculi osasemakhazeni.
Kubikwa ukuthi lezinswelaboya zingene endlini obekubekwe kuyo impahla zikamufi nalapha zifike zeba ilaptop, amateki ne playstation obekungokukamufi bekungakaboshwa muntu.
Kulindeleke ukuthi kubanjwe inkonzo yesikhumbuzo ngolwesine edaweni ezomenyezelwa nalapha kosale sekumenyezelwa nosuku lokumthuna.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment