Thursday, July 23, 2015

uwafa wafa nge MTN 8

Ime kanje imidlalo ye MTN 8 

August 4
Bitvest Wits v.s Suppersports united. - Bitvest Stadium
Orlando Pirates v.s Ajax Cape Town. - Orlando Stadium

5 August 
Mamelodi Sundowns v.s Bloemfontein Celtic - Lucas Moripe
Kaizer Chiefs v.s Marizburg United. - Fnb Stadium


Yonke lemidlalo iqala seligamenxe ihora lesikhombisa ebusuku.

Ngonyaka ofile kwaba iKaizer Chiefs eyaba ngompetha ishaya I Orlando Pirates ngo 1-0 nokuyigoli elashaywa ngowayengukaputeni wamakhosi u Tefu Mashamaite osekungomlando ukuthi uthe klibhi klolo ku Kaizer Chiefs ngesikhathi kumele evuselele inkontileka yakhe.

1 comment:

Unknown said...

Okuhle ngale ndebe ukuthi ngiyifanisa nokuyiyona esibonisa ukuthi I season isiphatheleni. Owine yona uyaye ekhuthazeke egcine enze kangcono kwiseason.

Ask Chiefs.

Ask Platinum.

Ask Pirates.

Due to Pirates activity in CAF games, they stand a good chance while others lack match practise.

Akasekho emhlabeni uMampintsha

Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...