Umdlali wase italy uMario Balloteli angahle abonakale egijima enqenjini le TP Mazembe yase DRC ngale season ezoqala. Lezindaba zidalulwe umthombonwezindaba wase France.
Imibiko ithi lomgadli we Liverpool ubhale.ekhasini lakhe le Twitter ethi usebolekiswe ku TP Mazembe. Kuzokhumbuleka ukuthi lensizwa edume ngokungaziphathi kahle ngaphandle kwenkundla ihluleke yancama ukuzakhela igama ku Liverpool kwazise ifike ithelwe ngeqoma ngonyaka ofile ishaye amagoli amane nje vo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment