Useqede izinsuku ezimbili eziqeqesha neqembu leFree State Stars ongumdlali weqembu elidlala kuSAB Ophongolo iTakalani. UNtriza oyibamba ophondweni nangemuva kwabagadli utheleke eFree State izolo ngoLwesithathu nabanye abadlali abebezohlolwa abalishumi kodwa ke ngemuva nje kokujima neqembu kakodwa, bonke laba abangu 9 bakhululiwe kwathiwa bengabe besabuya.
Kusasa sizongena osukwini lwesithathu lesi phekepheke somdlali siziiqeqesha naleli qembu ngethemba lokuthi luzothatha ihlo labaqeqeshi.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment