Thursday, July 23, 2015
igcine iphume ibhodwe layo iNUMSA
Igcine ithathe isinqumo sokuzimela yodwa inyunyana yokusansimbi I NUMSA, kuzokhumbuleka ukuthi lenyunyana igcine ixoshwa kumfelandawonye wezinyunyana I COSATU ngonyaka ophelile. Okubonakala kuthele upelepele esilondeni ku NUMSA indlela okwenzeke ngayo ngesikhathi kunengqungquthela yeCOSATU laphaevele yangayingena indaba yokuxoxa ngodaba lwabo. Kulindeleke ukuba kubonakale ukuthi ngabe lezi ezinye izinyunyana ebeziseka iNUMSA sizoba mdibi munye yini nabo ukuqinisa lomfelandawonye omusha.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment