Saturday, July 18, 2015
zishiye iMillion zathatha izinkomo zabuya izinkunzi zase Soweto eSwazini
I Orlando Pirates ne Kaizer Chiefs abalibonanga elidlalayo emqhudelwaneni ebebamenuwe kuwo yinkosi yase Swazini inkosi uMswati wesithathu, kuqale amakhosi akhishwa ngo 4-3 sekukhahlelwa amaphenathi, kwase kuthi emdlalweni wesibili eZimnyama zikhishwe ngo 3-1 sekukhahlelwa amaphenathi emva kokuthi zibambane ngo 1-1 emdlalweni, nakuba zihluliwe lezinkunzi zaseSowerho kodwa zizobuya ziqhuba izinkomo ezimbili kwazise inkosi uMswati unike iqembu ngalinye inkomo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment