Thursday, July 16, 2015

uphika eyokukhululwa nguMandela owe IFP

uMnumzane Mkhuleko Hlengwa ongusihlalo wentsha we qembu le Inkatha Freedom Party uthi yena akazange akhululwe uDokotela Nelson Mandela ngoba uMandela wayesejele lase Robben Island.
uMnu Hlengwa nobuye abe ilungu lePhalamende likazwelonke ubekhuluma emhlanganweni wokucobelela abafundi ngolwazi obuse hholo lomphakathi oLundi ngomsombuluko, nakuba bekunedlanzana labafundi ebelinemvunge ekhombisa ukungakuzwa okushiwo umfoka Hlengwa uqhubekile wathi yena umuntu amaziyo ukuthi wamkhulula uMntwana wakwaPhindangene u Dokotela M. G Buthelezi nongumholi wayo belu I IFP okunguyena owathi ku Mongameli waleso sikhathi u FW De Klerk akakhulule uMnadela ukuze kuzoxoxwa ngokubuyisana,

No comments:

Akasekho emhlabeni uMampintsha

Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...