Inhlangano ephikisayo yezepolitiki yase Gabon ithi iphoxekile ngendlela uMessi enze ngayo ngesikhathi eyisimenywa emcimbini wokuhlaba isoyi lapha kuzokwakhiwa khona inkundla yebhola ezosebenza ngesikhathi se Afcon ngonyaka ka 2017 kulelalizwe.
Lesihlabani sebhola esigijima ku Bacerlona sifike sidlubhe isikipa, isikhindi namateki okuchazwe ilenhlangano ngokuthi ubegqoke ingathi uya esiqiwini. Kuloluhambo kwalokaputeni wezwe lase Argentine kuthiwa ugixabezwe ngo R48 million
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umculi wekwaito u Busiswa uzozwakala ku album ka Beyonce ethulwe namuhla nglwesihlanu esihloko esithi Lion KIng -The gift, lentokazi yodum...
-
Kubobonke abathandi bebhola uma bexoxa alisali igama lika Sphelele 'mfanakagogo' Ntshangase obaba njengopelepele wezinyoni kulezin...
No comments:
Post a Comment