Friday, July 17, 2015
uvukwe ufufunyane eshayela
Kube nesidididi edolobheni lasoLundi ngesikhathi owesilisa olinganiselwa eminyakeni eko 35 evukwa ukugula okungaqondakali esemgwaqeni ophakathi edolobheni. Lendoda kusoleka ukuthi ibisikuzwa ukugula ngoba ivele yama nje emgwaqeni nokwenze abantu baphuthuma base bebiza amaphoyisa nabosizo lokuqala, nakuba ethathwe wayiswa esibhedlela ubese phapheme kodwa umqondo ubukeka usagijima kwezinye izinkalo namathafa
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment