Ligubhuzelwe yifu elimnyama iqembu lebhola laKwazulu Natal I Thanda Royal Zulu emva kokudkula emhlabeni kwesikhulu esiphezulu saleliqembu uMnuz Thabani Gumede.
Lensizwa eyayingumkhulumeli walo leliqembu ngesikhathi lisagijima ku PSL idlule izolo emhlabeni emva kokugula isikhathi eside kungazeki ukuthi iphethwe yini nokuthe emavikini ambalea bayibamba odokotela inkinga emphethe obekuthiwa inkinga yokungagayeki ngendlela kokudla eswini nokuyikhona okugcine kumyisa koyisemkhulu.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment