Thursday, July 16, 2015
basinde engozini abadlali bo Suthu
abadlali beqembu lamazulu abango Tshepo Luphoko no Mbongeni Gumede basinde engoziyi yemoto ngolwesibili bebuya kuyoziqeqesha neqembu. umbiko oqinisekisiwe ophuma kulowo onguMxhumanisi kuleliqembu elizobe lidlala ehlathini nge season ezayo ukuqinisekisile ukuthi labadlali behlakalelwe ingozi kepha baphume bengenamyocu kwazise nayizolo bebeziqeqesha neqembu.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
1 comment:
Thanks God
Post a Comment