Isithombe sithathwe kufacebook |
Exoxa ne NPG newsblog uthe " ya mganami mpilo isiyashesha manje amantombazane no tshwala akubaleki umuntu akaphante impilo isiyabiza"
Lensizwa eklwebha amapuleti nephinde ibe ngu producer womculo weHouse isazibuza ukuthi idlule kanjani kulempilo yobumnandi " mfana ngdlulile & nami angazi ngdlule njani...kubi ikakhulukazi la pongola...kubi kakhulu"
Nakuba evele wafa insini uma ebuzwa ukuthi imbi ngani impilo yobumnandi ikakhulukazi ophongolo ugcine ecela intsha ukuba isebenze kanzima ukuze izophila kangcono.