Umsubathi wamabanga abafishane ogijima esigabeni sabakhubazekile uMnu Oscar Pistorious kulindeleke ukuba avele enkantolo kusasa lapha ayokuzwa khona ukuthi ugwetshwa iminyaka emingaki.
UPistorious uvela nje kusasa emva kokuthi umbuso wabuyekeza isigwebo sakhe emva kwecala lokubulala lowo owayeyisithandwa sakhe u Reeva Steenkamp nowayengumkhangisi.
Osibhincamakhasana bathi vele kuzohlehla ukulalelwa kokulalelwa kwecala lakhe nokuthiwa kungahle kihlehliselwe umhlaka 13 Ku June kuwona lonyaka.
Inkantolo yamthola enecala lokungaziphathi kahle nelokuphatha budlabha isobhamu.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment