Umlingisi kazi nothathwa njengomunye wabahamba phambili ezwe uNkosikazi Connie Ferguson nodlala indawo ka Karabo kumdlalo owuchungechunge obizwa ngokuthi iGenerations- the legacy useyawushiya lomdlalo akhuza ibuya kuwo emva kokuhamba kuwo ngonyaka ka 2010 usabizwa nge Generations.
UConnie noshubisa izinto kulomdlalo ngemva kokuthi eshade nabesilisa ababili ubike ukuthi kuningi abhekane nakho nazogxila kukhona uma ehamba kulomdlalo osukhuza ibuya emva kokuhlala izinyanga ezintathu ungekho emoyeni ngonyaka ophelile emva kwesiteleka sabadlali balomdlalo abangu 16 nabagcina bexoshwa.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment