uNkosikazi Sebenzile Langa-Ntoana okhula ngesikhulu isivinini kwezamabhizinisi uthi ubonga ujehova ngokumnika inhliziyo ende ekwazi ukubekezela.
Lonkosikazi osemnosemn
cane udonsa uxhaxha lwamabhizinisi njengoba engene shi kwezokuqashisa ngezindlu zangasese ukuhlinzeka izikole ngezinto zokuhlanza kanjalo nelokudayisa izimpahla ezinamagama aphezulu nezithandwa yintsha nalabo ababizwa ngolimi lwesimanje oluthi 'basezintweni'. Nakuba enabo abantu abasebenza ngaphansi kwakhe kodwa ukhonze ukuzibambela yena mathupha uma kuhlanzwa izindlu zangasese noma kudayiswa izinto ezahlukahlukene azidayisayo.
Nakuba ehlala ematasatasa njengoba uhlala ehamba phakathi kwegoli nekwazul Natal kwazise sewazinza ngaseGoli kepha uba naso isikhathi sokuba ngunkosikazi kumyeni wakhe asebensikhathi eside babopha elikasofa silahlane ephinde abe naso isikhathi sokunakekela amadodakazi akhe amabili
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...

No comments:
Post a Comment