Isethenjwa somdlali waseswini ogijima eqenjini lase Hollard uKamohelo Mokotjo usethathe isinqumo sokuthi usathatha ikhefu emidlalweni yeqembu lesizwe iBafana Bafana kulandela ukushiya angalazi kumqeqeshi weqembu uMnu Shakes Mashaba.
UMokotjo nongesikhulu isethenjwa eqenjini lakhe lase Hollard i FC Twente uzwakale ekhuluma nephephandaba lakulelazwe ethi uShakes umbizela ukuzomhlalisa nezihlwele noma amgqume ebhentshini, usola uMashaba ngokuthi umbiza ngoba esuke evala umlomo abantu abalokhu bethi akambize kwazise udonse amehlo amaningi amaqembu emhlabeni wonke lomdlali owadla umhlanganiso we under 12 Danone cup nalapha ayengukaputeni weqembu lesizwe lika under 12
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment