Kuzosiphuka izidindi emdlalweni weNedbank cup emzuliswaneni wesine nalapho sekusele khona amaqembu ayisishagalombili. Kuqeda kudonswa amawembu azodudulana kulomzuliswano.
Umdlalo ozodonsa amehlo abantu abaningi ngophakathi kwe Orlando Pirates ne Mamelodi Sundowns oshisa ingabaselwe kulezinsuku.
Omunye umdlalo olindelekile ukuthi ushise ngophakathi kwe Polokwane City ne Baroka FC ecobhoshisa kwasani njengoba ishaye kabuhlungu iGolden Arrows emzuliswaneni owandulela lona, iBaroka ijwayelekile ukuthi iyazenzela rmaqenjini amakhulu uma idibana nawo kulomqhudelwano njengoba yake yabhuquzisa iKaizer chiefs ne Moroka Swallows
Ime kanje isiyonke imidlalo
Nedbank Cup draw
SuperSport United v Black Aces
Polokwane City v Baroka FC
Free State Stars v Bidvest Wits
M Sundowns v Orlando Pirates ! ! !
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment