Usathuka izanya umphakathi wesinye zezigodi zasendaweni yakwaCeza budebuduze nedolobha lasoLundi emva kwesigameko ezinyantisa igazi sokuqothwa kwamalungu ayisithupha nokubalwa nezingane ezimbili ena 3 nena5 ngokusa kwayizolo.
Ngokubika kwephephandaba lelanga abanye badutshuliwe kwathi enye yezingane yahlahlelwa ngocelemba. Kusolwa udaba oluthinta imfuyo ngalesisigameko. Ngokwemibiko kuthiwa abahlaseli bafike bathungela ngomlilo enye yezindlu engu rondo kwathi uma bephuma bebaleka okungumama nobaba balomuzi wakwaZondo bahlangana nabahlaseli abavele bangabe besabuza badubula.
Kulesisigameko kutholwe nengane elinganiselwa eminyakeni emithathu ebisemhlane kamama wayo obeseshonile.
Kusaboshwe abasolwa abahlanu
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment